Bathole imihuzuko abagibeli engozini yebhasi

2016-07-18 11:34

Cape Town – Abantu abangu-8 bathole ukulimala okungatheni ngesikhathi ibhasi lishayisa irobhothi e-Athlone Industria ngoMsombuluko ekuseni.

Okhulumela ezomgwaqo eKapa, uRichard Coleman, ukuqinisekisile ukuthi kubenengozi eholele ekutheni kuvalwe umgwaqo uJakes Gerwel Drive noTurfhall, esivuliwe kodwa manje.

Funda nalolu daba: Ibuyela enkantolo indodana esolwa ngokubulala unina

UColeman uthe umshayeli uthe kuphele amabhleki, kodwa kusazophenywa ngalokho.

Okhulumela i-ER24 uChitra Bodasing uthe abosizo lokuqala nabezimo eziphuthumayo bebesendaweni yesehlakalo.

“Abalimele baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.