Bathole umuzi omusha abashayiswa imoto yabosizo lokuqala

2016-07-14 20:30

Mpumalanga - Kube wusuku oluhle kakhulu emndenini wakwaMasemola kwaMhlanga ngesikhathi benikezwa umuzi omusha sha. 

Lo muzi bawunikezwe u-MEC wezempilo kulesi sifundazwe uGillion Mashego ehambisana nabaholi be-ANC kulesi sifunda.

Lokhu kulandela isigameko sango-2014 lapho amalunga amathathu alomndeni ashayiswa i-Ambulence nokwaholela ekushoneni komama wekhaya u-Elizabeth Masemola.

OLUNYE UDABA:Izigebengu zigqekeze indlu kaR Mashesha

Indodakazi yakhe u-Alfina Masemola walimala kabi ngoba wasala enokukhubazeka, kwasinda kuphela indodakazi yakhe eyalulama.

"Besisendleleni eya esontweni ngesikhathi kwenzeka lengozi eyadlula nomphefumulo kamama. Indodakazi yami yalulama ngokuphelele, kodwa kusenzima kimi ngoba ingalo yakwesokudla ayisasebenzi kahle,"kusho uAlfinah.

Yize kunjalo udlulise amazwi okubonga kumnyango wezempilo ngekhaya elisha kanye nempahla yasendlini, kubika iSowetan.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.