Bavele enkantolo abasolwa ngokubulala isitabane

2017-05-30 11:01

Johannesburg – Abesilisa ababili abathweswe icala lokudlwengula nokubulala isitabane saseSoweto esineminyaka engu-27 ubudala, uLerato Moloi, bavele eNkantolo yeMantshi eProtea ngoMsombuluko, kusho i-NPA.

Abasolwa ababili, omunye ongowaseLesotho kanye nowaseMalawi bavele kafuphi enkantolo, icala lahlehliselwa uJuni 4 ukuze kuqhutshwe uphenyo, kusho okhulumela iNational Prosecuting Authority uPhindi Mjonondwane.

ITimesLive ithe abasolwa bangoTsotang Petros Mokgethi noJacob Alofayo, kanti babobabili baneminyaka eko-30 ubudala.

Baboshwe ngemuva kwezinsuku ezimbalwa owesilisa owayegunda utshani ngasemzileni wesitimela eNaledi, eSoweto, ethole isidumbu ngeSonto, mhlaka- 14 Meyi.

OLUNYE UDABA: Owesilisa ugqeme omunye ngembazo emsola ngokujola nomkakhe

Umufi ikhanda lakhe lalimbozwe yizimbokodo kanti wayekhunyuliwe ibhulukwe 'nephenti'.

Bobaboli abasolwa bahlala eduzane nalapho kuhlala khona umufi futhi kuthiwa bebazana noMoloi.

Ngokombiko weSowetan, ngesikhathi bevela okokuqala enkantolo, ngoMeyi 17, oyedwa wabasolwa watshela inkantolo ukuthi uyazi ukuthi benze into ebhedayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.