Bavelile abafana 'ababulala' owesilisa oneminyaka engu-34

2018-03-02 14:01

Johannesburg - Bavelile enkantolo abafundi abangu-6 kuleli sonto ngecala lokubulala indoda, 34, eZamdela, eSasolburg, eFree State, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

"Umfowabo kamufi usola ukuthi ngomhlaka-16 Febhuwari 2018 ngezithuba zabo-21:00 umfowabo wayelibangise ekhaya ephuma emsebenzini ngesikhathi ejahwa yiqulu labafana, wakwazi ukulihlula ngejubane," kusho amaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Umfundi ugwaze omunye washona bexabana

"Ngesikhathi la bafana bebona ukuthi yena ugijima kakhulu abakwazi ukumfica, bajikela umfowabo owayemi phambi komnyango babamba yena bamhudulela emgwaqeni lapho agwazwa khona waze washona."

Le mininingwane yatholwa yiphoyisa elalingasebenzi ngelanga lesigameko.

"Leli phoyisa lalandela imikhondo eyehlukene lisebenzisa imoto yalo.

"Kwahamba isikhathi, lagcina selisebenzisana nabanye abaseshi, kwaboshwa abasolwa abaneminyaka ephakathi kwengu-18 nengu-20 ubudala mayelana nalesi sigameko."

 - ANA

    

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.