Bavelile abasebenzi bakwaShoprite ngezinsolo zokweba

2017-09-20 16:00

Cape Town - Abasebenzi abangu-7 basesitolo sakwaShoprite ababoshwa ngemuva kwezinsolo zokwamukela amathiphu kumakhasimende bavele enkantolo yaseKapa ngoLwesithathu ngecala lokweba.

La madoda nabesifazane baboshwa ngo-Agasti ngemuva kokbonakala kwe-video ebatshengisa bamukela imali kumakhasimende.

Ngokusho kwabasebenzi abebebhikisha ngaphandle kweNkantolo yeMantshi yaseWynberg, abasolwa bagaxwa ozankosi ngamaphoyisa baphuma nabo ngomnyango esitolo esisePelican Park, eKapa.

OLUNYE UDABA:Babanjiwe abebekhwabanisa imali ye-Shoprite Money Market

Abasebenzi bakwaShoprite namalungu emindeni yabasolwa bebephethe amabhodi abefundeka kanje: "Sifuna iholo elikahle, sikhathele ukuxhashazwa...phansi ngabaphathi baseShoprite!!"

Abesitolo sakwaShoprite esitatimendeni bathe ukuthishwa kwabasebenzi besitolo akuhambisani nemigomo yesitolo. Bathi akuvumelekile ukuba baphathe imali ngesikhathi sokusebenza.

- SowetanLIVE

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.