Bavelile abasolwa abangu-8 ngezinsolo zokuphanga

2018-03-09 18:00

Cape Town - Bavelile abasolwa abangu-8 eNkantolo yeMantshi yaseKapa namuhla ngecala lokuphanga.

Amaphoyisa athi abasolwa baneminyaka ephakathi kwengu-24 nengu-44 ubudala ngezinsolo zokubamba inkunzi egaraji lendawo eMilnerton ekuqaleni kweviki.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe umsolwa kubanjwa inkunzi iveni lemali eGoli

Okhulumela amaphoyisa uNoloyiso Gwexana uthe: "Abasolwa babezifihle ubuso. Abasolwa abangu-7 bakhipha isisefo semali egaraji babaleka naso ngetekisi yohlobo lweToyota Quantum."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.