Bavelile abasolwa ngokweba izikhali e-SA Navy

2016-08-01 17:32

Cape Town – Amadoda amathathu abhekene necala lokubandakanyeka ecaleni lokugqekeza idephu ye-SA Navy eSimon's Town azofaka isicelo sebheyili ngesonto elizayo.

La basolwa bavele enkantolo yeMantshi yaseSimon's Town ngoMsombuluko, kusho okhulumela amapho7yisa oKlebe eWestern Caep uCaptain Lloyd Ramovha.

OLUNYE UDABA:  Sekuboshwe ababili ngokwebiwa kwezikhali ze-SA Navy

Amadoda amabili aboshwe eSteenberg ngoLwesine abhekene amacala okugqekeza, ukweba, ukutholakala kweziqhumane ngokungemthetho, izibhamu ezingavumelekile nezinhlamvu.

Indoda eboshwe ngoLwesihlanu ezindaweni zokuhlala zakhona ibhekene necala lezibhamu ezingavumelekile.

URamovha akakwazanga ukudalula amagama abo ngokushusha. Bazophinde bavele enkantolo ngoMsombuluko.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.