Bavelile abebeqola abesimame abadinga uthando

2016-07-08 19:02

eKapa – Owesimame nomyeni wakhe odabuka kwelaseNigeria kanye nabanye abane abadabuka kwelaseNigeria bavele enkantolo ngobugebengu bohlelo lokujola.

Ngokwesitatimende samaphoyisa, bala basolwa abayisithupha baboshelwe ukuqola abesimame ngohlelo lo mjolo.

OLUNYE UDABA:Kanti yini emqoka ebudlelwaneni, uthando noma yimali?

Abesimame abayisikhombisa baqolwa imali elinganisela ku-R400 000 lapho abasolwa bevula ama-akhawunti okuheha abesimame abadinga uthando.

Abasolwa bebeyenga izisulu bese bebetshela ngezimo ezahlukahlukene eziholele ekutheni abesimame bagcine sebebathumelela imali.

Lo wesimame oboshiwe ubesanda kuthola imali engango-R50 000 ngohlelo lweMoney Market, kubika iSowetan.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.