Bayavela abalimi ababophela intombazane, 9 esihlahleni

2018-03-13 09:30

Cape Town - Abalimi ababili bazovela phambi kweMantshi yaseBronkhorstspruit ngecala elenzeka ngonyaka odlule.

Laba balimi basolwa ngokubophela intombazanyana,9, esihlahleni base badubula bebhekise ngakuyo.

UJohannes Potgieter, 33, noHendrick Dumas, 48, babhekene namacala okuthumba, ukuzama ukubulala kanye nokushaya ngenhloso yokulimaza kanye nokuhloma ngesibhamu ngokungemthetho.

Laba bebengaphandle ngebheyili.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe nomalume ngokubulawa kwezingane ezine

Kuthiwa le ntombazane ibidlala nezinye izingane ezintathu nezinja zabo ngomhlaka 9 Septhemba. Izinja zijahe inkukhu zaze zayongena epulazini.

Kuthiwa ngesikhathi izingane zithethiswa futhi zijahwa yilaba balimi, ezinye zikwazile ukuphunyuka yasala le ntombazane.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.