Bayavela abasolwa ngokuduna iloli likagwayi eKZN

2016-07-08 13:31

Durban - Amadoda amathathu aboshwe ngezinsolo zokuduna iloli lagwayi azovela eNkntolo yeMantshi yaseScottburg ngomhlaka-28 Julayi, kusho iNational Prosecuting Authority KwaZulu-Natal ngoLwesihlanu.

UNatasha Kara okhulumela iNPA KwaZulu-Natal uthe la madoda azovela enkantolo ngoLwesine abhekene namacala okuphanga.

OLUNYE UDABA: Kudunwe imoto yezintatheli eNorth West

ULieutenant-Colonel Thulani Zwane uthe ngomhlaka-7 Julayi iveni likagwayi lalihambisa ugwayi esitolo KwaCele, eScottsburgh ngesikhathi umshayeli ebanjwa ngabasolwa babaili ababehlomile.

La madoda abaleka nogwayi wezigidi, imali neselula.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.