Bayavela abasolwa ngokuthumba ingane eGoli

2018-05-07 09:31

Johannesburg - Kulindeleke ukuba bavele enkantolo namuhla abantu abahlanu ababoshelwa izinsolo zokuthumba ingane yomfana enezinyanga ezingu-13 izelwe, u-Eden Laird kubo eBrackndowns eKurhuleni.

U-Eden kwabikwa ngoLwesithathu olwedlule ukuthi ulahlekile.

Kusolwa ukuthi umsizi wasendlini wakulo mndeni wahamba nengane ethi balula izinyawo nayo kodwa abaphindanga babuya.

OLUNYE UDABA:Isitholakele ingane yaseGermistobn ebithunjiwe

Abasolwa bafuna imali engu-R6 million ukuze bezodedela ingane.

Ingane yatholwa eWindmill Park eduzane naseBoksburg ngempelasonto.

Abasolwa okubalwa kubo umsizi wasendlini nabantu abane abadabuka eZimbabwe baboshwa kanti kulindeleke ukuba bavele enkantolo namuhla.

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.