Bayavela abatholakale nezidakamizwa eMnambithi

2016-07-06 10:01

Ladysmith - Amaphoyisa aseLadysmith Vispol abophe amadoda amathathe endaweni yaseLeonardsville ekuseni ngoLwesibili ngokutholakala nezidakamizwa.

Abasolwa abaphakathi kweminyaka engu-21 nengu-33 ubudala batholwe nezidakamizwa zohlobo lwe-mandrax nokokubhema iheroin okuwu-106.

OLUNYE UDABA: Zibakhalele ababanjwe begwinye izidakamizwa

Lezi zidakamizwa ezitholiwe zilinganiselwe emalini engaphezu kwengu-R6 0000 ngentengo yasemgwaqeni.

Kulindeleke ukuba bavele enkantolo yeMantshi yaseLadysmith namuhla.

Bobathathu babhekene necala lokutholakala nezidakamizwa, kubika iLadysmithgazette.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.