Bayavela abazinikele emaphoyiseni ngolwaseMoses Mabhida

2018-05-08 09:32

Durban - Amadoda amabili, azinikele emaphoyiseni aKwaZulu-Natal ngoMsombuluko ngokubandakanyeka esigamekweni esenzeke ngenyanga edlule eMoses Mabhida Stadium kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseThekwini namuhla (ngoLwesibili).

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Jay Naicker uthe enye yala madoda ineminyaka engu-21 ubudala waseNewlands West osafunda isikole.

Kule ndoda kutholakale ama-headphone ne-microphone.

OLUNYE UDABA:Bazinikele emaphoyiseni ababili kolwaseMoses Mabhida

TIndoda yesibili ineminyaka engu-42 ubudala kanti isebenza engadini eHillcrest.

Ukuboshwa kwala madoda kuza ngemuva kwesicelo esivela emaphoyiseni ngoMsombuluko, ngesikhathi ekhiphe izithombe zabasolwa.

Isibalo sababoshelwe ukubandakanyeka kulesi sigameko sesimi ku-6.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.