Bayavela enkantolo ababulala owayenguthishanhloko

2017-10-03 09:35

Johannesburg – Abesilisa abathathu, abasolwa ngokubulala uthishanhloko osewathatha umhlala phansi eThekwini, uGona Pillay, kulindeleke bavele eNkantolo kaMantshi eChatsworth ngoLwesibili.

UBasil noBraveman Underhill, abayizihlobo, kanye noFredboy Msomi kulindeleke bafake isicelo sebheyili.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abathathu ngokubulawa kwesekela likathishanhloko

NgoSepthemba 24, amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi abesilisa ababili baboshwa ngecala lokubulala uPillay,63, nangokuzama ukubulala umyeni wakhe oneminyaka engu-67 ubudala.

NgoSepthemba 20, uGona Pillay nomyeni wakhe babesemzini wabo eSilverglen, eChatsworth eThekwini ngezithuba zabo-19:00 ngesikhathi behlaselwa ngabantu abane abaqale bazenza abantu abafuna ukubona indlu yabo njengoba yayidayiswa, kusho uCaptain Nqobile Gwala ngaleso sikhathi.

- ANA

Imoto yohlobo lweMercedes Benz E class yakwaPillay yatholakala eMbumbulu. Kwaphinde kwatholakala nesikhali esasetshenziswa kulesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.