Bayazifela abakuleli ngoMaKhumalo woThando neS'thembu

2017-06-09 12:30

Durban - UMaKhumalo wohlelo oluyintandokazi kumabonakude kulezi zinsuku Uthando Nes'thembu akaconsi phansi kubantu baseMzansi ngendlela ayiyo.

UMaKhumalo, 28, ushayelwe ihlombe enkundleni yezokuxhumana iTwitter, ngoLwesine ebusuku ngokuba wumuntu onomqondo ovulelekile kulandela ukuxazulula inkinga ebibhekene nomyeni wakhe ohambweni lomndeni.

Lokhu kwenzeke kwisiqephu sakuleli sonto salolu hlelo.

OLUNYE UDABA:Luhamba phambili uhlelo lwaMseleku, Uthando neSthembu

Umndeni ufike ehhotela wafica kukhona amagumbi okulala angenele ukuthi umndeni ungalala kahle wonke. Lesi simo sitatazelise ubaba wekhaya uMusa Mseleku, wajuluka wamanzi waze wakhuluma nonkosikazi wakhe wesithathu, uMaKhumalo.

Ngokucabanga ngokushesha, uMaKhumalo ukwazile ukuxazulula inkinga yomyeni wakhe, uMseleku.


- TWITTER:

makhumalo2.JPG

makhumalo1.JPG

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter        


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.