Bazobusiswa ngentombazane abalingisi bakuleli

2016-07-08 14:30

Durban - Abalingisi bathi sebayilinde ngabomvu ingane yabo njengoba sebawaqinisekisile amahlebezi okukhulelwa, kubika iTimeslive.

Intokazi elingisa indawo kaNthabeleng kuMuvhango kanye nesoka lakhe uKhulu Skenjana bazothola ingane yentombazane.

Le ntokazi ezethweli ithe: "Yebo ngikhulelwe futhi lokhu kuyinto enhle kakhulu kimi noKhulu ngoba sobabili sizobe siqala ukuba abazali.

UKhulu naye ongumlingisi osedlale kwimidlalo efana neJerusalem uthi le ngane izoluqinisa uthando lwakhe noMona.

(Isithombe ku-Instagram ka-Mona)

?

A photo posted by Tiisetso Mona Monyane (@monamonyane) on

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.