Bazogqunywa esitokisini abavukuzi abanamakheli angacacile

2017-05-31 07:00

Polokwane – Abasolwa abahlanu bavele eNkantolo yeMantshi yaseMecklenburg naseSekhukhune ngamacala okuvukuza ngokungemthetho.

Abasolwa abathathu bathole ibheyili ka-R1 000 umuntu ngamunye.

La basolwa ngoMfowabo Luthuli, Herry Malinao, na-Emmanuel Ntozake abaseminyakeni ephakathi kuka-25 no-32 ubudala, kanti babhekene namacala okuphula umthetho wezimbiwa kanye nomthetho wokunakekelwa kwezemvelo.

Icala labo lihlehliselwe umhlaka-6 kuJulayi.

OLUNYE UDABA:‘Abavukuzi bayazithandela ukuhlala emijondolo’

Abasolwa ababili uBernard Lucky Dube, 49, noChristian Samanga, 23, bona abebevele enkantolo yaseMecklenburg bazogqunywa ezitokisini kuze kube wumhlaka 5 kuJuni njengoba engakaqinisekiswa kahle amakheli abo.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Motlafela Mojapelo uthe amaphoyisa asaqhubeka nokuqapha izindawo ezimbalwa njengoba besasekhona abanye abavukuzi abasebenza ngokungemthetho.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.