Bazogwetshwa abafaka umuntu omnyama ebhokisini lomngcwabo

2017-10-23 09:30

Middelburg – Uhlelo lokugwetshwa kwabasolwa ababili ecaleni lokuphoqa omunye ukuba angene ebhokisini lomngcwabo kulindeleke luqale eNkantolo kaMantshi eMiddelburg ngoMsombuluko.

UJaji Segopotje Sheila Mphahlele wathola ukuthi uWillem Oosthuizen noTheo Jackson banecala lokushaya, ukuzama ukubulala kanye nokuthumba nokwesabisa.

Isisulu uVictor Mlotshwa wathi isinqumo senkantolo sizoba yisifundo nakulabo abacwasa ngokobuhlanga.

OLUNYE UDABA: Kugwazwe ikhehla,60, libanjwa inkunzi

"Ngizizwa ngikhululekile ngoba balahlwe yicala. Bengilokhu ngifuna ubulungiswa.”

Inkantolo yayigcwele phamba amalungu e-ANC, EFF nawe-DA ngokwedlule.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.