Bazogwetshwa namhlanje abafaka umuntu ebhokisini lomngcwabo ephila

2017-10-27 09:30

Middleburg – Abesilisa ababili abalahlwa yicala lokuphoqa uVictor Mlotshwa ukuba angene ebhokisini lomngcwabo bazothola namhlanje ngoLwesihlanu ukuthi bazohlala iminyaka emingaki ejele.

Abalimi ababili, uWillem Oosthuizen noTheo Jackson, balahlwa yicala lokuzama ukubulala, ukushaya, ukuthumba kanye nokuphazamisa ukusebenza kwengalo yomthetho.

Laba baboshwa ngemuva kokusabalala kwe-video, ababonakala kuyona befaka ngenkani uMlotshwa ebhokisini lomngcwabo besabisa nangokumshisa.

Ngasekuqaleni kwesonto, umshushisi woMbuso uthe laba bayazisola manje ngoba sekumele bagwetshwe.

OLUNYE UDABA: Kushone oyedwa kwalimala 3 kudutshulwana

Umshushisi uphinde wathi uswazi oluncane lungadala ukwahlukana emphakathini.

Amaqembu ehlukene ezombusazwe athi ijaji akumele likhombise ukuba nozwelo.

UMlotshwa ucele iNkantolo eNkulu ehlezi eMiddelburg ukuba ibanikeze iminyaka engu-15 bebhadla ejele abasolwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.