Bazohlala ebumnyameni ngenxa yesikweletu sikaMasipala

2017-02-18 11:09

Mbombela – Omasipala ababili baseMpumalanga abehlulekayo ukukhokhela u-Eskom bazoba nempelasonto engeyinhle njengoba kuzoba nokucima kukagesi.

U-Eskom uthe uzoqhubeka nokucima ugesi eMalahleni naseMsukaligwa eMpumalanga ngempelasonto.

NgoMgqibelo nangeSonto, kuzobamnyama kulabomasipala kusukela ngo-08h30 kuya ku-11h00 nango-15h00 kuya ku-17h30.

OLUNYE UDABA

NgoMsombuluko, kulindeleke loluhlelo luphinde luqale ngo-06h00 kuya ku-08h00 nango-17h00 kuya ku-19h30 kusukela ngoMsombuluko kuya ngoLwesihlanu.

“Ukucima ugesi kuyisinqumo esithathwe u-Eskom ngenxa yemali engakhokhiwe ngomasipala abathile. Sethemba ukuthi omasipala bazoqhamuka nohlelo  oluzokwenza singaqhubeki nokucemela izakhamuzi ugesi,” kusho isikhulu seCustomer Services kwa-Eskom u-Ayanda Noah.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.