Bazokhushulelwa amaholo abashayeli bamatekisi

2016-07-27 14:30

Johannesburg – UMnyango wezabaSebenzi usunyuse imiholo okumele itholwe abashayeli bamatekisi ngo-6.2% kusukela ngomhlaka-1 Agasti.

Lokhu kuchaza ukuthi iholo elincane elitholwa abashayeli ngenyanga lizosuka ku-R3030.67 liye ku-R3218.57, ngesonto isuke ku-R697.13 ibe ngu-R742.80 bese bethola u-R15.47 ngehora, isuka ku-R14.51.

Oyibamba lokhulumela lo Mnyango uMokgadi Pela usho lokhu esitatimendeni esikhishwe ngoLwesihlanu, kubika iSowetan.

OLUNYE UDABA: I-NUM ifuna izisebenzi zinyuselwe amaholo ngo-84%

AmaRank Marshals asezohola u-R2564.33 ngenyanga, kube ngu-R591.81 ngesonto kuthi ngehora bathole u-R12.32.

Abanye abasebenzi kulo mkhakha abebehola u-R2112.81 ngenyanga, sebezothola u-R2243.80.

Isibonelelo esitholwa abashayeli noma izisebenzi ezingalali emakhaya azo izosuka ku-R329.29 ibe ngu-R349.70 ngenyanga.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.