Bazokwelulekwa abasebenzi baseMontecasino kulandela isigameko

2016-07-28 08:34

Johannesburg - Abasebenzi baseMontecasino ababekhona ngesikhathi sesigameko sikaPeter Dariol Williams ezithungela ngomlilo kule ndawo yokugembula ngeSonto bathola ukwelulekwa ngokwengqondo.

"Abasebenzi esenzeka phambi kwabo isigameko kuthiwa bazokwelulekwa ngokwengqondo. Ibalulekile impilo yabasebenzi bethu kuthina," kusho oweTsogo Sun Group Communications uPriya Naidoo.

OLUNYE UDABA:   Uthola ukwelulekwa umlingisi owashaywa yiphoyisa

UWilliams, 47, washona ngemuva kokuzithungela ngomlilo eMontecasino enyakatho neGoli. Umndeni wakhe usubikelwe ngesigameko.

Okhulumela amaphoyisa aseGauteng uTsekiso Mofokeng uthe isigameko basasiphenya.

- Sowetan Live

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.