Bazolithola ngokuhlukana abasebenzi bakahulumeni eZim iholo langoDisemba

2017-12-15 19:32

Harare – Abasebenzi bancome kakhulu uhulumeni waseZimbabwe ngokumemezela kuleli sonto ukuthi bazolithola ngesikhathi iholo labo langoDisemba.

Sekuneminyaka lokhu kungenzeki kanti nabasebenzi bakahulumeni bese balilahla kudala ithemba lokuthi bazohola kule nyanga.

Ngokubika kwephephandaba iNew Zimbabwe.com, uMnyango wezeziMali kuleliya lizwe uqashe umabhalane uWillard Manungo, nokunguyena oqinisekise ukuthi kukhishwe incwadi ebikela abasebenzi bezempilo kanye namasosha ukuba bazohola okokuqala ngomhlaka-15 Disemba.

OLUNYE UDABA: Usalithola iholo uthisha owaxoshwa eThekwini

Amaphoyisa kanye nojele bona bazohola ngomhlaka-19 bese kuthi othisha nabanye abasebenzi bakahulumeni bona bazohola ngomhlaka-21 kwephezulu.

Leliya lizwe belibhekene nezinkinga zokungakwazi ukukhokhela abasebenzi bakahulumeni ngesikhathi ngenxa yokushoda kwemali kanye nomnotho ontekenteke.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.