Bazonekelwa izwe abaneziqu zomgunyathi

2016-11-22 18:00

Cape Town – UNgqongqoshe weMfundo ePhakeme, uBlade Nzimande, usephakamise uMthethosivivinywa omusha ozovumela ukudalulwa kwamagama ukuze kuhlazwe abantu abeneziqu zemfundo ephakeme ezingumngunyathi ezweni.

Inhloso yalokhu ukuqeda umkhuba obonakala ukhula ngamandla wabantu abaneziqu ezingumgunyathi.

Lokhu kusho ukuthi abaqashi sebezophoqeleka ukuthi bahlole abasenzi babo kwi-South African Qualifications Authority (SAQA) ukuze baqinisekise ukuthi iziqu zabo zingezifanelekile yini.

OLUNYE UDABA: Umbiko uveza ukuthi izinkulungwane 'zathenga iziqu ezingumbombayi' e-UniZulu

Lo mthethosivivinywa osahlongozwa, iNational Qualifications Framework Amendment Bill, uzokwenza ukuthi kube yimpoqo kubaqashi ukuthi baqinisekise iziqu zabasebenzi babo.

Iningi labantu elisuke liqambe amanga kuma-cv abo liyaye lithi seliziphothulile iziqu ekubeni lingakaziphothuli.  Abanye baze baqoge ngisho iziqu abangenazo kanye nezikhungo zemfundo ephakeme abangakaze bafunde kuzona.

Ngokwalo mthethosivivinywa ophakanyisiwe uma ngabe iSAQA ikuqinisekisile ukuthi iziqu ziwumgunyathi, kumele ifake igama lomnikazi wazo emqulwini bese uzishicilela kwi-website. Ngaphezu kwalokho, lo mthethosivivinywa ululeka nangokuthi kumele kugcinwe lo mqulu weziqu ezingumgunyathi. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.