Bazoqondiswa izigwegwe othisha abasolwa ngokushaya abafundi eF State

2016-08-13 10:03

Bloemfontein -  Bazoqondiswa izigwegwe othisha ababili baseFree State kulandela izinsolo zokushaya abafundi, kusho umnuyango wezemfundo esifundazweni ngoLwesihlanu.

Umfundi oneminyaka engu-16 ubudala wesikole iLekgarietse Secondary eWelkom kusolwa ukuthi washayelwa ukufika ngemuva kwesikhathi eklilasini ngoLwesihlanu ekuseni, kusho isikhulumi uHoward Ndaba.

OLUNYE UDABA:  Isikole simise umfundi owahlaselwa nguthisha eBloemfontein

Ngesikhathi lo mfana ehluleka ukuxolisela ukufika seliqalile ikilasi lo thisha wamtshela ukuthi aphume kilasini. Ngesikhathi ephuma lo thisha kusolwa ukuthi wavele wamubamba waya naye egumbini eligcina amapeni nezincwadi, kusholwa ukuthi wamlkinya wamdabula nehembe.

Esigamekweni sesibili uthisha wesikole i-Academy of Excellence okuyisikole esizimele eHeidedal ubanjwe kwivideo eshaya umgunfi ka-Grade7 ekilasini.

Le vido itshengisa lo thisha ehudula, edusha ephidne ekhahlela lo mfundi ekilasini.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.