Bazothola ukuphefumula abashayeli bezimoto ngokwehla kukaphethiloli

2016-07-15 16:01

Cape Town – Bazoke bathole ukuphefumula abashayeli bezimoto njengoba uzokwehla uphethiloli ngenyanga ezayo.

Kusize ukuba ntekenteke kwamanani amafutha kanye nokuqina kweRandi kulandela iBrexit (ukuphuma kweBritan kwinhlangano ye-EU).

OLUNYE UDABA:Kulindeleke ukhuphuke kakhulu uphethiloli kule nyanga

"Imibiko ikhomba ukuthi uphethiloli uzokwehla ngo-83 sent ilitha, udizili wehle ngo-45 senti kanti upharafini wona uzokwehla ngo-42 senti,"kusho abe-Automobile Association (AA).

Bebethwele kanzima abashayeli bezimoto njengoba uphethiloli usukhuphuke kaningi kulo nyaka, kule nyanga uphethiloli ukhuphuke ngo-11 senti, udizili wakhuphuka ngo -42. Ngenyanga edlule wawukhuphuke ngo-52 senti  udizili wona wakhuphuka ngo - 76 senti.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

-Izindaba.News24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.