Bazovela enkantolo ababoshwa ngokunyamalala kwabesifazane ababili

2017-12-22 09:30

Brits – Abesilisa abane ababoshwe ngecala lokunyamalala kwabesifazane ababili baseMooinooi kulindeleke bafake isicelo sebheyili eNkantolo kaMantshi eBrits ngoLwesihlanu, kusho amaphoyisa aseNorth West.

UWarrant Officer Mpeile Talane uthe u-Aaron Sithole, Jack Mokotedi, noKoos Strydom baboshwe eMajakaneng ngoDisemba 14, bavela enkantolo ngoDisemba 15, icala lahlehliselwa uDisemba 22 ukuze bezofaka isicelo sebhiyili.

Owesilisa wesine u-Alex Mudau waboshwa eMajakaneng ngoDisemba 15, wavela enkantolo ngoDisemba 18, icala lahlehliselwa uDisemba 22 ukuze bavele ndaweni.

OLUNYE UDABA: Kuphahlazeke indiza kwashona oyedwa eW Cape

Bobane babhekene necala lokubulala, elokuthumba, ukuphanga, ukutholakala nesibhamu esingekho emthethweni kanye nokuphazamisa ukusebenza kwengalo yomthetho.

Baboshwa ngemuva kokunyamalala kukaJoey van Niekerk, 32, noGesina Sophia Anisha van Niekerk, 30, baseMooinooi.

Babegcine ukubonakala beya ePitoli ngoDisemba 10, kodwa abakaze baphinde babuye.

Imoto yabesifazane yatholakala ishisiwe ngoDisemba 16 endaweni yaseMagaliesburg.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.