Bazovela enkantolo ababoshwe ngesigameko saseMoses Mabhida Stadium

2018-04-23 07:39

Johannesburg - Abesilisa ababili ababhekene necala lodlame emphakathini kanye nelokucekela phansi impahla kulandela isigameko esenzeke eMoses Mabhida Stadium bazovela eNkantolo kaMantshi eThekwini ngoMsombuluko.

IMoses Mabhida iphenduke inkundla yodlame ngoMgqibelo ebusuku ngesikhathi abalandeli bengena enkundleni kulandela ukwehlulwa kweKaizer Chiefs ngo-2-0 idlala neFree State Stars kowandulela owamanqamu eNedbank Cup.

Amaphoyisa asebenzise isisi esikhalisayo kanye nama-stun grenade ukuzama ukulawula abalandeli ebebephula izihlalo beshaya nonogada.

I-video iveza abalandeli beshaya kabi nomunye wonogada, bamshiya kungathi uqulekile.

OLUNYE UDABA: Usesimeni esethembisayo unogada oshaywe kabi eMoses Mabhida Stadium

"Unogada oyedwa ungeniswe esibhedlela kodwa asinaso isiqiniseko ngesimo akusona,” kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Nqobile Gwala.

Okhulumela iCrisis Medical uKyle van Reenen utshele iNews24 ngeSonto ukuthi unogada usesimeni esibucayi kodwa esethembisayo.

Abaphathi benkundla ngeSonto badalule ukuthi unogada olimele akuyena owesifazane, yindoda. Akekho umuntu wesifazane olimele kulesi sigameko.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.