Bazovela enkantolo abasolwa ngokushisa ibhasi, kwashona abavukuzi

2018-04-05 12:33

Johannesburg - Abantu abahlanu ababoshwe ngecala lokushisa ibhasi elalithwele abavukuzi ngaseBurgesfort eLimpopo kulindeleke bavele eNkantolo kaMantshi eMecklenburg ngoLwesine ekuseni.

Kulesi sigameko sokuhlaselwa kwebhasi esenzeke ngoMsombuluko ekuseni kushone abavukuzi abayisithupha.

Abasolwa babhekene namacala okubulala, ukuzama ukubulala nokucekela phansi impahla.

OLUNYE UDABA: Ugwetshwe kanzima owabulala inkosikazi kamfowabo ngesihluku

Bahlasela ibhasi elalithwele abavukuzi abangu-52, kwalimala abangu-28, okumanje basathola ukwelashwa esibhedlela.

Okhulumela amaphoyisa uMotlafela Mojapelo uthi abasolwa abahlanu abaneminyaka ephakathi kuka-21 no-30 ubudala baboshiwe ngemuva kophenyo olunzulu.

UMojapelo uthi baboshwe besezindaweni ezahlukene.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Trainee Auditor

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

Learnership for People Living with a Disability

Western Cape
Isilumko Staffing (CPT)
R4 500.00 - R5 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.