Bebehlome ngebhomu bezophanga egalaji eShowe

2016-08-11 11:31

eShowe - Abasebenzi kanye namakhasimende asegalaji eliseShowe bahlangane nezimbila zithutha ngesikhathi izigebengu ziqhumisa indawo egcina imali.

Lokhu kwenzeke ngoLwesithathu ekuseni egalaji uSasol Excel garage kanye nesitolo salo.

OLUNYE UDABA:Bashaye bachitha nemali oshayasibhamu abebegebenge igalaji eThekwini

UNqobile Gwala okhulumela amaphoyisa uthe izigebengu zifike ngezimoto ezimbili zohlobo lwe-Ford Fiesta kanye Nissan X-Trail.

Ngenhlanhla akekho limele kulesi sigameko, kanti izigebengu zithathe ugwayi kanye nesamba semali engaziwa okwamanje, kubika iDailysun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.