Bekuqhuma inhlamvu yodwa eSalt Rock ngoMsombuluko ekuseni

2017-01-31 18:01

Durban - Izigebengu zivulele ngenhlamvu konogada ngesikhathi bezogqekeza endaweni yaseSalt Rock ngoMsombuluko.

Iphephandaba lomphakathi i-North Coast Courier ibika ukuthi ekuseni ngaphambi kwehora leshumi nanye inkampani yonogada i-IPSS Electronic Security ithole umbiko ngokhala kwe-alamu kwesinye sezakhiwo eziseGifford Crescent.

Ngesikhathi befika onogada bathole ukuthi amakhaya amabili akumgwaqo uZen Drive agqekeziwe.

OLUNYE UDABA:Kusuke isidumo onogada bedubulana nabasolwa eMhlanga

“Uzakwethu ubone imoto yohlobo lwe-VW Polo esolisayo. Kuthe kusenjalo umsolwa oyedwa ubone unogada ezongena wase evulela ngenhlamvu. Uthe eqeda wabe eshaya ikhwela ethiphisa labo abehamba nabo, kusho uDos Santos okhulumela onogada.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.