Bezigcwele itekisi izigebengu ezihlasele abashadikazi eMotherwell

2017-01-20 19:30

Amaphoyisa athungatha abasolwa abayishumi okuthiwa babaleke ngemoto yohlobo lwe-Toyota Quantum ngemuva kokugqekeza umuzi oseMotherwell.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Mncedi Mbombo uthe leli qulu lamadoda lifike emzini okumgwaqo uMgwenyana ngo-4 ekuseni.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa athungatha abasolwa ababili ngawokudlwengula

“Laba bafike bahilizisana nowesilisa kanye nomkakhe abebelele endlini. Kuthathwe zonke izinto ezisebenza ngogesi kulo muzi,”kusho uMbombo.

Kuthiwa abasolwa ababili bebehlome ngezibhamu kodwa akekho odutshuliwe.

Amaphoyisa aphenya icala lokuphanga, kubika iCitizen.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.