#BlackMonday: Iloli lishayise ebebebhikisha ngokubulawa kwabalimi

2017-10-30 18:00

Johannesburg – Kulimale abantu abathathu ngemuva kokuba iloli lishayise abantu ebebebhikishela ukubulawa kwabalimi eMiddleburg, eMpumalanga.

Kubikwa ukuthi zingu-13 izimoto - okubalwa namaloli amathathu - ezishayisene ngemuva kwengozi okukholakala ukuthi idalwe ukuphaphalaza kwelinye iloli.

Ezindaweni ezahlukene ezweni lonke kubanjwe imibhikisho yokulwisana nokwenyuka kwezinga lokubulawa kwabalimi.

OLUNYE UDABA: Kuthiwa ubengazi nanyaka umfundi odlwengulelwe ebhasini

Okhulumela i-ER24, uRussel Meiring, uthi: “Abosizo lokuqala bathole izimoto eziyishumi kanye namaloli amathathu evale umgwaqo wonke. Ezinye izimoto zitholakale ziphoseke eweni.”

UMeiring uthe amaphoyisa omgwaqo kudingeke awuvale umgwaqo, izimoto zihambe ngomunye umzila ngesikhathi abosizo lokuqala besahlola abalimele.

“Kukholakala ukuthi umshayeli weloli uphunyukwe yisiteringi, iloli lakhe lashayisana nezinye izimoto ngesikhathi kunombhikisho,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.