Budliwe yizilwane ubuso bomfundi obelahlekile - Umbiko

2016-07-12 16:03

Mexico – Ngokusho kwenhlangano emele amalungelo abantu, umzimba kaJulio Cesar Mondragon utholakale obhuqwini edolobheni lase-Iguala.

Kuthiwa laba bafundi babehilizisana namaphoyisa nokuyinto eyaholela ekunyamalaleni kwabanye kanye noMondragon

OLUNYE UDABA:Kwebiwe ingwe endaweni egcina izilwane

Ikhomishana ebhekelele amalungelo abantu ikhiphe umbiko ngoMsombuluko onobufakazi bocwaningo olwenziwa ngomzimba kaMondragon.

Ekuqaleni kwakusolakala ukuthi lo mlisa wahlaselwa izigebengu zamxexebula ubuso, kodwa ubufakazi bodokotela bubonisa ukuthi wahlaselwa izinja kanye namagundane esiganga, kubika i-AFP.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.