Buka: Abakwa-NSPCA beqoqa izinja ezihlasela zabulala isalukazi e-KZN

2017-02-02 16:16

Durban - AbakwaNational Society for the Prevention of Cruelty to Animals (NSPCA) ngoLwesine bashaqe izinja eziyingozi ngemuva kokuba zihlasele zabulala owesifazane osekhulile eFredville, eNganga, entshonalanga yeTheku.

UPetros Simamane wakwa-NSPCA ekhuluma endaweni yesigameko uthe: "Sithole ucingo ekuseni mayelana nezinja ezihlasela abantu. Sikwazile ukubamba ezingu-6. Zine ezisagijima la emgwaqeni ebesingakazibambi. Sizobuyela ntambama sesizozicupha."

OLUNYE UDABA:I-SPCA ibavulele icala abafana abaziqopha bebulala inja

Ngaphambilini kubikwe ukuthi lo wesifazane ubeya emsebenzini ngesikhathi izinja ziputsha othangweni lwa lapho ezihlala khona.

Lo wesifazane oneminyaka engu-59 ubudala uhlaselwe yizinja ngesikhathi edlula ngalapho ezihlala khona. Ushonele endaweni ysigameko.

Isisulu besihamba emgwaqeni osetshenziswa kakhulu endaweni kanti futhi kuwo lo mgwaqo kuphinde kuhambe nezingane zesikole uma ziya esikole.

 - IVIDEO:

 - TMG Digital

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.