BUKA: Abantu begijima phakathi kwezimoto beyotapa impahla elolini elishayo

2017-10-02 16:00

Johannesburg - Abantu bazitapele impahla elolini ebelithwele insipho yokuwasha eyimpuphu ngemuva kokuba ligqamuke ilangabi eKurhuleni, kubika iKempton Express.

I-video kaDean Finlayson itshengisa iloli lisha ubuhanguhangu lipakile ku-R21 eduzane naseKaalfontein.

Intuthu ibiqhamuka ngemuva, abantu begijima phakathi kwezimto beyozitapela insipho elolini.

OLUNYE UDABA:BUKA: Kube umazitapele kugingqika iloli lezincwadi

Izimoto bezipake eceleni komgwaqo, abashayeli bazo nabo begijimela ukuyoxebula emkhomeni.

Indoda ebihamba ngemoto yomsebenzi yenkampani i-DSD nayo ibonakala ikhiya imoto yenkampani ngaphambi kokuya elolini, iyotapa.

 - IVIDEO:


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.