BUKA: Abukwa ubuthaphuthaphu ama-video ngoBabes noMampintsha

2017-06-01 09:29

Johannesburg – Abukwa ngapha nangapha ama-video asesabalele ezinkundleni zokuxhumana ngoBabes Wodumo kanye noMampintsha ngaphansi kwe-#MampintshaChallenge.

Lo mkhankaso uqhamuke ngemuva kweziqeshana zama-video lapho lo mculi ophinde abe ngumdansi wodumo lwengoma iWololo, baziqopha nomphathi wakhe nophinde abe ngumphathi weWest Ink, uMampintsha, bebhodla umlilo kulandela ukungawini kukaBabes ngisho indondo eyodwa emcimbini wakamuva wokuklomelisa ngezindondo, ama-South African Music Awards.

OLUNYE UDABA:Uhlu oluphelele lwabaculi abawine ama-SAMA

Okwathukuthelisa kakhulu laba ukuthi bekungaqali ukuthi babuye belambatha emcimbini wokuklomelisa ngezindondo njengoba nakuma-Metro FM Music Awards babuya bengatholanga ngisho eyokubika.

Kodwa-ke laba bobabili babuye baxolisa ngalokhu, yize noma kubukeka sengathi abantu abasebenzisa izinkundla zokuxhumana abakazimeseli neze ngokukhohlwa yilesi sigameko.

NgoLwesithathu kusababalale kuTwitter inqwaba yama-video ngaphansi kwesihloko esithi- #MampintshaChallenge nalapho abantu abahlukene bebeziqopha belingisa uBabes noMampitsha kodwa nabo ‘bezwakalisa ukukhathazeka’ kwabo. Ngaphezu kwalokho kuphinde kwaba nengoma ehlanganisiwe esuselwe kulama-video.

Zibonelele amanye alama-video lapha: 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.