BUKA: Athol Trollip nguyena uSihlalo omusha we-DA

2018-04-08 14:04

eThekwini - Iqembu eliphikisayo kuleli iDemocratic Alliance (DA) isimemezele ubuholi bayo obusha.

Le nhlangano ibibambe inkomfa yayo yezinsuku ezimbili edolobheni laseTshwane lapho bekukhethwa khona ubuholi futhi kwenziwa nezinguquko ezintsha kumthethosisekelo waleli qembu.

Kule nkomfa kuthathwe isinqumo sokwenza izinguquko zokuthi kungabi bikho iSekela likaMengameli waleli qembu.

OLUNYE UDABA:I-DA isibheke ngabomvu isinqumo ngokushushiswa kukaZuma

Ilungu lale qembu ephalamende uNatasha ungomunye wabantu abebesibheke ngabomvu lesi sikhundla, kodwa akusenzekanga njengoba sekwenziwe izinguquko.

Angaphezu kuka-2000 amalungu alale qembu abehambele le nkomfa futhi avotela ubuholi obusha kanye namasekela akhona.

Kule nkomfa kubuye kwakhethwa ubuholi obusha bophiko lweNtsha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.