BUKA: Babanjwe besacanasa abasolwa eGoli

2018-03-08 11:02

eGoli - Uphiko lweJohannesburg Flying Squad lubambe abasolwa abathathu abayingxenye yeRolex Gang belibangise eSandton ngoLwesithathu emini.

Laba basolwa babanjwe ngemuva kokuba bangavumanga ukuma ngesikhathi bemiswa amaphoyisa.

Lokhu kujahana kwamaphoyisa nemigulukudu kuphelele ekhoneni likaMaxwell Drive no-R55,kubika iFourways Review.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Desmond Subramoney uthe: “Ngomhlaka-7 Mashi emini sekugamenxe ihora lokuqala kuboshwe abasolwa abathathu abatholakale nezibhamu ezimbili ezingekho emthethweni zohlobo lwe-Uzi kanye ne-9mm Parabellum.”

Amaphoyisa athi akekho olimalile phakathi kwabasolwa namaphoyisa, kodwa kulimale owesifazane oshayiswe yimoto yalezi zigebengu.

Umsolwa oyedwa ukwazile ukubaleka.

Buka i-video lapha ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.