Buka: Bashaye bachitha nemali ebebezenza amakhasimende

2017-02-01 11:30

Witbank – Kuthungathwa abasolwa ababambe inkunzi onogada bemoto yemali egaraji lakwa-Total eTasbet Park, eMalahleni, kusho amaphoyisa aseMpumalanga.

I-video iveza abasolwa - abangene egaraji bezenza amakhasemende – baphuca unoga weG4S isibhamu babaleka nesamba esingadalulwanga.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Leonard Hlathi uthe ngesikhathi unogada eyolanda imali ngaphakathi egaraji, kungene abesilisa ababili bezenza amakhasimende.

OLUNYE UDABA: Kusaqhubeka ukuthungathwa kwesosha 'elibulale' intombi nomngani 

Ngesikhathi unogada esebuyela emotweni, abasolwa balandele unogada, bamkhomba ngesibhamu bathatha imali kanye nesibhamu sakhe.

UHlathi uthe abasolwa babaleke ngemoto yohlobo lweMazda BT50 emhlophe, ebipake eduzane.

Buka i-video ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.