BUKA: Basinde kukubi kushayisana izimoto

2018-03-09 14:01

Johannesburg - Sekusabalale i-video yengozi embi eyenzeke eGoli eLinden, okusinde kuyona abantu sekuvalwe amehlo.

I-video ifakwe ku-Facebook kuleli sonto, kanti iveza izimoto ezimbili okubukeka sengathi zishayisene ngaphambi kokuba zishayise isigubhu sikagesi eceleni komgwaqo.

Kushunqe uthuli ngemuva kokushayisana kwalezi zimoto.

Owesifazane ubonakala ehlezi phansi nokubukeka sengathi uchithwe enye yazo ngesikhathi zishayisana.

OLUNYE UDABA: Umama nesoka lakhe kwelokubulala usana, 4

Lona wesifazane ubonakala elokhu ebamba isisu kungathi usezinhlungwini.

Omunye obesemotweni yohlobo lwe-BMW‚ okungathi owesifazane, ubonakala ephuma nge-sun roof.

Le-video eyimizuzu emithathu ubude iqoshwe ngoMashi 3 ku-5th Street no-3rd Avenue eLinden.

Buka i-video lapha ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.