Bekundiza iqupha eFair Price eGoli kubangwa ezeBlack Friday

2017-11-24 11:05

EThekwini - Abantu bavuke ngovivi befuna ukuyotitiliza ezitolo ezahlukene namuhla njengoba kwaziwa ukuthi izitolo eziningi zishaya ngamanani aphansi ngomkhankaso we-Black Friday.

Ezinxanxatheleni ezahlukahlukene njenge-Gateway, Eastgate, Sandton nakwezinye izindawo kushaye u-07:00 ekuseni izitolo sezivuluwe futhi imide nemigqa yabafuna ukungena ngaphakathi.

Abantu abaningi bathokozele ukuthi lo mkhankaso wemititilizo ufike kahle sebeholile futhi abaningi sebebhonasile, kwazise phela ukuthi baningi ababhonasa ngayo le nyanga.

OLUNYE UDABA:#BlackFriday: Kuvukwe ngovivi kulandelwa amanani aphansi

Izitolo zakwaGame yizona ezithole amakhasimende amaningi kakhulu njengoba ithe ivulwa iminyango, abantu bebedudulana kuyilowo nalowo efuna ukucaphuna kuqala into ayifunayo ingaze ithathwe abanye.

EKapa abasebenzi basesitolo uGame bebevimbe esitolo kucaca ukuthi abantu bazodala umonakalo.

EGoli, bekundiza iqupha kubonakala ukuthi abantu bahluthukelwa yizinhliziyo futhi abakwazi nokubekezelelena.

Ngokusho kowesimame ozibonele ngawakhe, uthi amakhasimende amabili esilisa abebanga i-Microwave yenani lika-R139, kwasho khona ukuthi akekho ofuna ukuyidedela.

Ihamba kanjani ngakini iBlack Friday?

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.