BUKA: I-BMW igqamuka ilangabi eThekwini

2018-05-02 17:59

Durban - Kushe kwangqongqa imoto yohlobo lwe-BMW ku-Old North Coast Road ngoMsombuluko ntambama, kanti imbangela yalokho ibingakaziwa.

Ngokusho kokushicilelwe ngabezindaba i-IOL, le moto igqamuke ilangabi ngoMsombuluko ntambama, ngenhlanhla umshayeli wayo akazange alimale.

Ngokusho kwabezindaba iNewswatch, ngesikhathi samaholidi ePhasika, izinombolo zabantu abashone ezingozini zomgwaqo ezweni lonke, isifundazwe iKwaZulu-Natal yisona esihamba phambili ngo-111 kugcine iNorthern Cape neFree State ngesibalo esiphansi esingu-27 isifundazwe ngasinye.

Izifundazwe ngokukeliswa kwazo:

Gauteng – 89
KwaZulu Natal – 111
Western Cape – 34
Eastern Cape – 59
Free State – 27
Mpumalanga – 49
North West – 34
Limpopo – 80
Northern Cape – 27

Lezi zibalo ziyakhathaza, ikakhulukazi njengoba izimpawu ezixwayisa abashayeli zigcwele imigwaqo. Kucelwa wonke umuntu aqaphele futhi ashayele ngokucophelela emgwaqweni ukunciphisa isibalo sabadlula ezingozini zomgwaqo.

Ayikho eminye imininingwano evelile ngesigameko.

 - Ivideo:

 - Newswatch

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.