Buka: Iginqikile itekisi eshayise imoto lidlula irobhothi libomvu

2017-02-14 07:03

Durban - Abezimo eziphuthumayo babizelwe kumgwaqo u-R55 eKyalami lapho kuginqike khona itekisi.

Ngesikhathi befika abezimo eziphuthumayo bathole ukuthi itekisi lshayise imoto lase liphaphalaza laze labhajwa ngale komgwaqo.

OLUNYE UDABA:Itekisi iphenduke yalala ngohlangothi ngemuva kokushayisana nenqola

Ngokusho kwabazibonele ngawabo, leli tekisi belihamba ngesivinini esikhulu lijahe ukushaya irobhothi elibomvu ngesikhathi lishayisana nemoto encane ebijika.

Abe-Emer-G-Med bathi bangu-15 abagibeli abalimele kanti kudingeke ukuba baphume ngemuva etekisini. Laba bagibeli bahlengelwe kule ndawo ngaphambi kokuthi baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukahlukene.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.