BUKA: Isela ligqekeza kwaphuma umnikazi ngaphakathi engagqokile

2017-07-25 19:29

Beijing - Lithuke isimanga isela ngesikhathi lizama ukweba imoto ebipake eceleni komgwaqo.

Leli sela ngabe alizange lizame nokuzama ukweba le moto ukube belibonile ukuthi iyanyakaza.

Obekuqhubeka ngaphakathi kule moto kusobala njengoba umshayeli ephume emotweni ibhulukwe lisemaqakaleni ejaha leli sela.

NgokweYouTube umnikazi wemoto akazange alifice leli sela, kodwa uziduduze ngokuthi ukwazile ukugwema ukwebiwa kwemoto yakhe.

Umnikazi wemoto unqabile ukuphawula ngobekuqhubeka ngaphakathi emotweni.

IVIDEO:

 

- IOL Motoring

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.