BUKA: Isidlisa uphuthu nge-straw le mpunyela ethengele ingane unyanyavu lwemoto

2018-04-07 10:59

eGoli - Isiqumama saseGoli esinemboni yamatshe omngcwabo sifezekise amaphupho endodakazi yaso eneminyaka engu-16 ubudala.

Lesi siqumama sifike nonyanyavu lwemoto yohlobo lwe-Porsche sayipaka emagcekeni esikole kwazise phela ukuba yisipho sayo indodakazi.

Ivideo yakho konke okwenzekile ngesikhathi le ngane ibona isipho sayo isisabalele ezinkundleni zokuxhumana.

OLUNYE UDABA: Ingane, 8 idubule umkhulu wayo ekhanda icabanga ukuthi isibhamu sethoyizi

Kule video lobaba unonakala ehola indodakazi eyoyibonisa lesi sipho sikanokusho.

"Ngicela ningibambe ngizoquleka!"kusho le ngane ikhala ngenxa yenjabulo.

UKhitsane, ungumsunguli kanye nomphathi omkhulu we-Bataung Memorial Tombstones, kanti waziwa njengo-"Steve Jobs" wakule mboni.

Amatshe akhe ezikhumbuzo ngahlukile uthi asebenzisa ubuchwepheshe besimame obufana namao-QR codes kanye neBraille.

Nguyena owenza amatshe osaziwayo abahlukahlukene. Wenza elomlingisi uJoe Mafela, abaculi uMduduzi "Mandoza"  Tshabalala, Nkululeko "Flabba" Habedi kanye nabezemidlalo uJacob "Baby Jake" Matlala noGugu Zulu.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

Learnership for People Living with a Disability

Western Cape
Isilumko Staffing (CPT)
R4 500.00 - R5 000.00 Per Month

Trainee Accountant

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.