BUKA: Izithandani 'zifudumezana' emgwaqeni

2018-03-14 18:03

Johannesburg - Sekusabalale ivideo etshengisa izithandani ziwotawotana ziphinde ziqabulana phakathi kwabantu.

Lezi zithandani zibonakala zimi phambi kwesitolo esiseduzane nomgwaqo ngesikhathi ziqoshwa.

Zibukeka zingenandaba nabantu abazibukayo njengoba ziqhubeka nalokhu ezikwenzayo ngokukhulu ukukhululeka.

Kule video zibonakala ziqabulana, owesilisa ephakamisa isiketi salo wesifazane aze afake isandla sakhe empahleni yangaphansi yalo wesifazane.

Abantu bayazama ukuzihlukanisa kodwa lo wesilisa ubonakala engakugqiziqakala lokho.

Akukacaci ukuthi le video iqoshwe kuphi nokuthi iqoshwe nini.

 - IVIDEO:

  - Daily Sun

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.