BUKA: Kubhimbe uhlelo kugebenge owesimame eHammersdale

2018-04-09 19:33

eThekwini - Kubhimbe uhlelo kowesisila ogebenge owesimame ekhipha imali e-ATM elokishini laseHammersdale.

Lokhu kwenzeke ngoMsombuluko ntambama enxanxatheleni yezitolo kuleli lokishi.

Umsolwa lo ubanjwe ngonogada bakule nxanxathela yezitolo esebaleka nemali yalo mama.

OLUNYE UDABA:Uhlalele ovalweni umphakathi kubulawa abantu ngempelasonto

Ngokusho komthombo weZindaba24 ozibonele ngawakhe, lo mlisa ugebenge ikhadi lowesimame obekhipha imali ku-ATM.

"Ubesebalekile nemali umsolwa lo eseyongena emotweni ngesikhathi ejahwa onogada bamubamba. Ugebenge owesimame obekhipha imali ku-ATM,"kusho uSimphiwe Duma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.