BUKA: Kugxekwe kabi okwenziwe yilawa maBhunu kuMEC wezemfundo eGoli

2018-04-26 14:01

eGoli - UNgqongqoshe wezeMfundo esifundazweni saseGauteng uPanyaza Lesufi usigxeke kabi isenzo samadoda amabili amhlasele ehhovisi lakhe ngoLwesithathu.

Lawa madoda afike ngaphandle kwaleli hhovisi ephethe umfanekiso walo Ngqongqoshe kanye nentambo yokumkhunga.

Athe esuka agaxa le ntambo esihlahleni akhunga lo mfanekiso kaLesufi nokubonisa ukuthi bafuna ukumbulala.

OLUNYE UDABA: 'Eyokucwasa ngokwebala ayingaliwa ngokunye ukucwasa'

ULesufi obecasuke kakhulu ngalokhu uthi kudala ethola imilayezo esabisa ngokumbulala.

Lesi senzo salawa madoda sigxekwe kakhulu ngoba sigqugquzela ukucwasana kanye nodlame.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

Trainee Accountant

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Learnership for People Living with a Disability

Western Cape
Isilumko Staffing (CPT)
R4 500.00 - R5 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.