BUKA: Kuputshuke le video yesisebenza sasesibhedlela sikhunyuliswa

2018-04-28 11:15

eGoli -  Sekuputshuke ivideo ebonisa owesimame osebenza esibhedlela iJob Shimankana Tabane eRustenburg ehamba engaligqokile ibhulukwe ngoba wayenganikeziwe inyunifomu efanelekile.

UKefilwe Kedige uthi watshelwa ukuba akhumule lokhu eyekugqokile etshelwa wuzakwabo wesilisa ngoMsombuluko.

Ekhuluma nabe-News24, uKedige uthi waqala ukusebenza kulesi sibhedlela ngoDisemba 2013 futhi akakaze anikezwe imifaniswano yokusebenza efanelekile.

"Basicela osayizi bethu kabili selokhu ngaqala ukusebenza lapha, kodwa kuze kube yinamuhla, besingakaze siyithole imifaniswano yokusebenza,"kusho yena.

OLUNYE UDABA:Kushone umakoti nabebezolekelela kulungiselelwa umshado

Uthi wayezigqokela izimpahla zakhe uma eya emsebenzini, kwesinye isikhathi ephoqeleka ukugqoka ama-overoll omyeni wakhe osebenza emayini.

Abasebenzi balapho bathi abaphathi bebengabaphenduli njalo uma bebaphalela bebuza ngezinkinga ababhekene nazo nokubalwa ukungabi bikho kwemifaniswano yokusebenza.

Okhulumela uMnyango wezeMpilo eNorth West uTebogo Lekgethwane uthi lokhu okwenzekile akwamukelekile neze.

ULekgethwane uwaphikile amahlebezi wokuthi uKedige uyalelwe ukuba akhumule.

"Uzikhumulele ngokwakhe njengoba bebeteleka, besalinde umbhiko ovela kulesi sibhedlela,"kusho yena.


<

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.